(Ihubo lokudumisa likaDavide.) Ngiyakukubonga, Nkulunkulu wami, nkosi; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade.
AmaHubo 100:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 (Ihubo lokudumisa.) Hlabelelani kuJehova nina mazwe onke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Hlokoma kuJehova ngezwi lokuhalalisa, mhlaba wonke. IsiZulu 2020 Hlokoma kuSimakade ngezwi lokuhalalisa, mhlaba wonke. |
(Ihubo lokudumisa likaDavide.) Ngiyakukubonga, Nkulunkulu wami, nkosi; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade.
Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke eniqotho ngenhliziyo.
Kumholi wokuhlabelela. Ihubo lamadodana kaKora. Shayani izandla nina zizwe zonke. Khala kuNkulunkulu ngezwi lokujabula.
Izizwe mazijabule, zijabule, ngokuba wena uyakwahlulela abantu ngokulunga, ubuse izizwe emhlabeni. Sela.
Hlabelelani inkazimulo kaNkulunkulu, nina mibuso yomhlaba! Hlabelelani inkazimulo kaJehova; I-Cella:
Hlabelela, ndodakazi yaseZiyoni! jabula, Israyeli! jabula, uthokoze ngenhliziyo yakho yonke, ndodakazi yaseJerusalema.
UJehova uyakuba yinkosi phezu komhlaba wonke: ngalolo suku kuyakuba munye uJehova, negama lakhe libe linye.
Esesondele ekwehleni kweNtaba Yeminqumo, isixuku sonke sabafundi saqala ukuthokoza nokudumisa uNkulunkulu ngezwi elikhulu ngayo yonke imisebenzi yamandla ababeyibonile;
Jabulani, O zizwe, kanye nabantu bakhe, ngokuba uyophindisela igazi lezinceku zakhe futhi aphindisele kwabamelene naye futhi abe nesihe ezweni lakhe nakubantu bakhe.