UJehova wathi kuSathane: “Uvelaphi na?” USathane wayesemphendula uJehova, wathi: “Uhambahamba emhlabeni, nasemuva naphambili kuwo.
AbAhluleli 9:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha umnqumo wathi kuyo: “Ngingawayeka yini amanoni ami abadumisa ngawo uNkulunkulu nabantu, ngiye ngibe phezu kwemithi na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kepha umnqumo wathi kuyo: ‘Ngiyakuwayeka yini amafutha ami abadunyiswa ngawo onkulunkulu nabantu, ngiye ngintengantenge phezu kwemithi, na?’ IsiZulu 2020 “Isihlahla somnqumo sathi: ‘Ngiyeke ukukhiqiza amafutha ami acebile okuhlonishwa ngawo onkulunkulu nabantu, ngihambe ngiyobusa phezu kwemithi, na?’ |
UJehova wathi kuSathane: “Uvelaphi na?” USathane wayesemphendula uJehova, wathi: “Uhambahamba emhlabeni, nasemuva naphambili kuwo.
UJehova wayesethi kuSathane: “Uvelaphi na? USathane wamphendula uJehova, wathi: “Uhambahamba emhlabeni nasemuva naphambili kuwo.
newayini elithokozisa inhliziyo yomuntu, namafutha okwenza ubuso bakhe bukhanye, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.
nesinkwa esingenamvubelo namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane angenamvubelo, agcotshwe ngamafutha; wowenza ngofulawa kakolweni.
“ ‘Uma umuntu eletha umnikelo wempuphu kuJehova, umnikelo wakhe uyakuba yimpuphu ecolekileyo; kumelwe athele amafutha phezu kwawo futhi abeke impepho phezu kwawo.
Ukuthi uNkulunkulu wamgcoba kanjani uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza okuhle, ephulukisa bonke ababecindezelwe nguSathane; ngoba uNkulunkulu wayelaye.
Ngokuba isibili uHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli babuthana ndawonye ngokumelene neNdodana yakho engcwele uJesu owamgcobayo;
Izihlahla zaphuma ngesikhathi esisodwa ukugcoba inkosi phezu kwazo; zathi emnqumeni: Sibuse.