Manje, Nkulunkulu ka-Israyeli, maligcwaliseke izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho, ubaba uDavide.
AbAhluleli 9:46 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho bonke abantu bombhoshongo waseShekemi bekuzwa lokho, bangena enqabeni yasezintabeni yendlu kankulunkulu uBeriti. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lapho bezwa lokho bonke abasembhoshongweni waseShekemi, bangena enqabeni yendlu yase-Eli Beriti. IsiZulu 2020 Kwathi ukuba zizwe ngalokho izakhamuzi zombhoshongo eShekhemi, zangena enqabeni yethempeli lika-Eli Bherethi. |
Manje, Nkulunkulu ka-Israyeli, maligcwaliseke izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho, ubaba uDavide.
Kwathi ekhuleka endlini kaNisirogi unkulunkulu wakhe, amadodana akhe u-Adrameleki noSarezeri amshaya ngenkemba; babalekela ezweni lase-Armenia, u-Esarihadoni indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.
UJoshuwa wasesithi: Gingqelani amatshe amakhulu emnyango womhume, libeke eceleni kwawo abalindi.
Kwathi lapho uGideyoni efa, abantwana bakwa-Israyeli baphenduka baphinga ngokulandela oBhali, benza uBhali-bheriti unkulunkulu wabo.
Baphuma baya ensimini bavuna izivini zabo, banyathela izithelo zomvini, bajabula, bangena endlini kankulunkulu wabo, badla, baphuza, bamqalekisa u-Abimeleki.
Bamnika amashekeli angamashumi ayisithupha esiliva endlini kaBali-bheriti, u-Abimeleki waqasha ngawo amadoda ayize, alulamileyo, amlandela.