Njengoba laba bantu bewalahla amanzi aseSilowama ageleza kancane futhi bajabule ngoResini nendodana kaRemaliya;
AbAhluleli 9:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma nenzile namuhla ngoJerubali nendlu yakhe ngeqiniso nangobuqotho, thokozani ngo-Abimeleki, naye ajabule ngani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE uma nimphathile kahle uJerubali* nendlu yakhe namuhla, thokozani ngo-Abimeleki, naye athokoze ngani; IsiZulu 2020 uma ngithi nenze okuhle ngokuhlonipha uJerubhali nabendlu yakhe namhlanje, ngakho-ke jabulani ngo-Abhimelekhi, naye ajabule ngani, |
Njengoba laba bantu bewalahla amanzi aseSilowama ageleza kancane futhi bajabule ngoResini nendodana kaRemaliya;
Ngokuba singabokusoka thina esikhonza ngoMoya kaNkulunkulu, sizibonga kuKristu Jesu, singathembi enyameni.
Ngalokho wambiza ngokuthi uJerubali ngalolo suku, wathi: “UBali makamelane naye, ngokuba badilizile i-altare lakhe.”
Nivukele namuhla indlu kababa namadodana akhe, abantu abangamashumi ayisithupha neshumi, ababulala etsheni linye, nabeka u-Abimeleki, indodana yencekukazi yakhe, inkosi phezu kwabemi bakwaShekemi, ngokuba engumfowenu;)
Kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, udle abaseShekemi nendlu yaseMilo; makuphume umlilo kubemi bakwaShekem nasendlini yeMilo, udle u-Abimeleki.