Kodwa umkhiwane wathi kuyo: Ngiyeke yini ubumnandi bami nesithelo sami esihle, ngiye ngibe phezu kwemithi na?
“Kepha umkhiwane wathi kuyo: ‘Ngiyakubuyeka yini ubumnandi bami nezithelo zami ezinhle, ngiye ngintengantenge phezu kwemithi, na?’
“Umkhiwane waphendula, wathi: ‘Ngiyeke yini ukukhiqiza izithelo zami ezimnandi nezinambitheka kamtoti, ngihambe ngiyobusa phezu kwemithi, na?’
Izihlahla zathi emkhiwaneni: Woza, ubuse phezu kwethu.
Izihlahla zathi evinini: Woza, usibuse.