Kodwa umkhiwane wathi kuyo: Ngiyeke yini ubumnandi bami nesithelo sami esihle, ngiye ngibe phezu kwemithi na?
AbAhluleli 9:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izihlahla zathi emkhiwaneni: Woza, ubuse phezu kwethu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Imithi yayisithi kuwo umkhiwane: ‘Woza wena, ube yinkosi yethu.’ IsiZulu 2020 “Imithi yathi emkhiwaneni: ‘Woza wena, ubuse phezu kwethu.’ |
Kodwa umkhiwane wathi kuyo: Ngiyeke yini ubumnandi bami nesithelo sami esihle, ngiye ngibe phezu kwemithi na?
Kepha umnqumo wathi kuyo: “Ngingawayeka yini amanoni ami abadumisa ngawo uNkulunkulu nabantu, ngiye ngibe phezu kwemithi na?”
Ngalokho usho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngishilo nokusho ukuthi indlu yakho nendlu kayihlo iyakuhamba phambi kwami kuze kube phakade; kepha Jehova muntu, makube kude nami; Ngokuba abangidumisayo ngiyakubadumisa, nabangidelelayo bayakuba-delelekile.