Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 8:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

Base bephendula bathi: “Sizakunika ngokuthokoza.” Bendlala indwangu, yilowo nalowo waphonsa khona amasongo empango yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Bathi: “Siyakukunika wona impela.” Beneka ingubo, baphonsa khona, kwaba yilowo nalowo amacici empango yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Bathi: “Sizokunika wona ngokukhululeka.” Ngakho-ke bendlala ingubo, kwayilowo nalowo waphonsa icici ayelithathe njengempango.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 8:25
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bamnika uJakobe zonke izithixo zabezizwe ezazisesandleni sabo, namacici ayesezindlebeni zabo; uJakobe wakuthukusa phansi kwesihlahla somtholo esasiseShekemi.


UGideyoni wasesithi kubo: Ngizacela isicelo kini ukuthi linginike, ngulowo lalowo ecicini lempango yakhe. (Ngokuba babenamacici egolide, ngokuba babengama-Ishmayeli.)


Isisindo samacici egolide awawacelayo sasingamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide; ngaphandle kwemihlobiso, namakholomu, nezingubo ezibubende ezaziphezu kwamakhosi akwaMidiyani, namaketanga asezintanyeni zamakamela awo.