UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amadokodo; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.
AbAhluleli 8:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabamba insizwa yamadoda aseSukoti, wacebisana nayo; wamlobela izikhulu zaseSukoti namalunga alo, amadoda angamashumi ayisikhombisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wabamba insizwa yabantu baseSukoti, wabuza kuyo; yona yamlobela izikhulu zaseSukoti namalunga alo, abantu abangamashumi ayisikhombisa nesikhombisa. IsiZulu 2020 wabamba insizwa yaseSukhothi wayibuza; yamtshela ukuthi zingobani izikhulu namalunga baseSukhothi, nokuthi bangabantu abangama-77. |
UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amadokodo; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.
Wayesefika kubantu baseSukoti, wathi: “Nango oSeba noSalimuna enangithuka ngabo ngokuthi: ‘Isandla sikaSeba noSalimuna manje sisesandleni sakho ukuba siphe amadoda akho akhatheleyo isinkwa na?’