Cela isibonakaliso kuJehova uNkulunkulu wakho; buza ekujuleni loba ekuphakameni phezulu.
AbAhluleli 6:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wenze njalo uNkulunkulu ngalobo busuku, ngokuba kwakoma eboyeni bodwa, kwakukhona amazolo emhlabathini wonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wenze njalo uNkulunkulu ngalobo busuku, ngokuba kwakomile eboyeni bodwa, kepha emhlabathini wonke kwakukhona amazolo. IsiZulu 2020 UNkulunkulu wenza kanjalo ngalobo busuku. Uboya babomile, kukhona amazolo emhlabathini wonke. |
Cela isibonakaliso kuJehova uNkulunkulu wakho; buza ekujuleni loba ekuphakameni phezulu.
UGideyoni wasesithi kuNkulunkulu: Intukuthelo yakho mayingavutheli kimi, kodwa ngizakhuluma kanye kuphela; ake ngiwuvivinye, kepha manje ngoboya; manje makuwome eboyeni kuphela, kube khona amazolo emhlabathini wonke.
UJerubali, onguGideyoni, namadoda onke ayenaye, bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; impi yamaMidiyani yayisenyakatho yabo ngasegqumeni laseMore esigodini.