Wabayala wathi: “Niyakukhuluma kanje enkosini yami u-Esawu; Isho kanje inceku yakho uJakobe, ithi: Ngahlala kuLabani njengowezizwe, ngahlala khona kwaze kwaba manje.
AbAhluleli 5:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekukhuphukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi, umhlaba wazamazama, nezulu laconsa, namafu aconsa amanzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekusukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi umhlaba wazamazama, namazulu aconsa, yebo, amafu aconsa amanzi. IsiZulu 2020 “Simakade lapho uphuma eSeyiri, uphuma esifundeni kwa-Edomi umhlaba wazamazama namazulu ayithulula, amafu athulula amanzi. |
Wabayala wathi: “Niyakukhuluma kanje enkosini yami u-Esawu; Isho kanje inceku yakho uJakobe, ithi: Ngahlala kuLabani njengowezizwe, ngahlala khona kwaze kwaba manje.
Umhlaba wazamazama, wazamazama; izisekelo zezulu zanyakaza, zazamazama, ngokuba wayethukuthele.
Wena, Nkulunkulu, wathumela imvula enkulu, owaqinisa ngayo ifa lakho lapho selikhathele.
Amayezi athulula amanzi, umoya wakhipha umsindo; nemicibisholo yakho yaphumela phesheya.
Izwi lokuduma kwakho lalisezulwini; umbani wakhanyisa izwe, umhlaba wazamazama, wazamazama.
Izintaba ziyoncibilika phansi kwakhe, nezigodi ziqhekezeke, njengengcina phambi komlilo, nanjengamanzi athululelwa endaweni eyehlelayo.
Wathi: “UJehova wavela eSinayi, wabavukela evela eSeyiri; wakhanya entabeni yasePharanu, weza nabangcwele abayizinkulungwane eziyishumi; esandleni sakhe sokunene kwaphuma umthetho womlilo kubo.
ozwi lakhe ngalesosikhathi lazamazamisa umhlaba, kodwa khathesi uthembisile, esithi: Ngisezakuba kanye futhi, kungeyisikho umhlaba wodwa, kodwa lezulu.