Owesifazana wasesiya ebantwini bonke ngokuhlakanipha kwakhe. Balinquma ikhanda likaSheba, indodana kaBigi, baliphonsa kuJowabe. Wabetha icilongo, basuka emzini, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe. UJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.
AbAhluleli 5:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ubeka isandla sakhe esikhonkwaneni nesandla sakhe sokunene esandweni sabasebenzayo; wamshaya uSisera ngesando, wamgqabula ikhanda, ehlaba, eshaya izinhlafuno zakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wafaka isandla sakhe esikhonkwaneni, esokunene sakhe esandweni sezisebenzi; ngesando wamshaya uSisera, wadebeza ikhanda lakhe, yebo, wamgqobhoza, wambhoboza esikhaleni sendlebe. IsiZulu 2020 Wabeka isandla sakhe esikhonkwaneni sethende nesokudla sakhe esandweni sezisebenzi; wamgqema ingozi uSisera wamfihliza ikhanda, wamgqobhoza, wambhoboza esikhaleni sendlebe. |
Owesifazana wasesiya ebantwini bonke ngokuhlakanipha kwakhe. Balinquma ikhanda likaSheba, indodana kaBigi, baliphonsa kuJowabe. Wabetha icilongo, basuka emzini, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe. UJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.
Khona-ke uJayeli umkaHebhere wathatha isikhonkwane etendeni waphatha isando ngesandla sakhe, waya kuye ngobumnene, wasibethela isikhonkwane ezinhlafunweni zakhe, wasigxisha emhlabathini, ngoba wayelele ubuthongo obukhulu futhi ekhathele. Ngakho wafa.
Wakhothama ngasezinyaweni zakhe, wawa, walala; wakhothama ezinyaweni zakhe, wawa; lapho afika khona wawa efile.