UNkulunkulu wamnqoba uJabini inkosi yaseKhanani ngalolo suku phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.
AbAhluleli 4:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isandla sabantwana bakwa-Israyeli saqhubeka saba namandla phezu kukaJabini inkosi yaseKhanani baze bamchitha uJabini inkosi yaseKhanani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isandla sabantwana bakwa-Israyeli saqhubeka saba namandla njalo phezu kukaJabini inkosi yaseKhanani, baze bamqeda uJabini inkosi yaseKhanani. IsiZulu 2020 Isandla sabantu bakwa-Israyeli saya ngokuqina phezu kukaJabhini, inkosi yaseKhanani, baze bambhubhisa nya uJabhini, inkosi yamaKhanani. |
UNkulunkulu wamnqoba uJabini inkosi yaseKhanani ngalolo suku phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.
Ngalolo suku ngiyakumenzela u-Eli konke engikukhulume ngendlu yakhe; uma ngiqala, ngizoqeda futhi.