Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.
AbAhluleli 3:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakwa-Israyeli bahlala phakathi kwamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwa-Israyeli bahlala phakathi kwamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, IsiZulu 2020 Ngakho-ke abantu bakwa-Israyeli bahlala phakathi kwamaKhanani, amaHithi, ama-Amori, amaPherizi, amaHivi, namaJebusi, |
Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.
Bonke abantu ababesele kuma-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, ababengebona abantwana bakwa-Israyeli,
Wamisa inhliziyo yakhe ngokwethembeka phambi kwenu, wenza isivumelwano naye sokulinika izwe lamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaJebusi, namaGirigashi, ukulinika inzalo yakhe, wagcwalisa amazwi akho; ngoba wena ulungile.
Ngathi: Ngiyakunikhuphula ekuhluphekeni kwaseGibithe, nginiyise ezweni lamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, ezweni elichichima ubisi nezinyosi.
Futhi ngehla ukuze ngibasindise esandleni sabaseGibhithe futhi ngibaqeqeshe baphume kulelo zwe ngibayise ezweni elihle nelikhulu, ezweni elichichima ubisi nezinyosi; endaweni yamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi;
Uthathele amadodana akho amadodakazi abo, amadodakazi abo aphinge ngokulandela onkulunkulu babo, amadodana akho aphinge ngokulandela onkulunkulu bawo.
Ama-Amaleki ahlala ezweni laseningizimu, amaHeti, namaJebusi, nama-Amori ahlala ezintabeni, namaKhanani ahlala ngaselwandle ngasogwini lweJordani.
Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni oya kulo ukulidla, esexoshile izizwe eziningi phambi kwakho, amaHeti, namaGirigashi, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, izizwe eziyisikhombisa. Mkhulu futhi unamandla kunawe;
namaKhanani ngasempumalanga nasentshonalanga, nama-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaJebusi ezintabeni, namaHivi phansi kweHermoni, ezweni laseMispa.
Kwasekusithi lapho wonke amakhosi ayengaphetsheya kweJodani, ezintabeni, leezigodini, lakuyo yonke imikhawulo yoLwandle oluKhulu malungana leLebhanoni, amaHethi, lamaAmori, lamaKhanani, lamaPherizi, amaHivi namaJebusi ezwa ngakho;
Wakhuphuka uJuda; uJehova wanikela amaKhanani namaPherizi esandleni sabo, babulala kubo abantu abayizinkulungwane eziyishumi eBezeki.