Base behlukaniswa ngenkatho, omunye nomunye; ngoba ababusi bendlu engcwele lababusi bendlu kaNkulunkulu babevela emadodaneni ka-Eleyazare emadodaneni ka-Itamari.
AbAhluleli 20:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha manje kuyakuba njalo ngeGibeya; sizomasha ngokumelene nalo ngokudalelwa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha nakhu esiyakukwenza eGibeya: Siyakulihlasela ngenkatho, IsiZulu 2020 Kepha manje yilokhu esizokwenza ngeGibheya: sizokwenza unkatho, sikhuphukele kulo silihlasele. |
Base behlukaniswa ngenkatho, omunye nomunye; ngoba ababusi bendlu engcwele lababusi bendlu kaNkulunkulu babevela emadodaneni ka-Eleyazare emadodaneni ka-Itamari.
Izikhulu zabantu zazihlala eJerusalema; abanye abantu benza inkatho yokubeka oyedwa kwabayishumi ukuba ahlale eJerusalema, umuzi ongcwele, nezabelo eziyisishiyagalolunye kweminye imizi.
Basebesithi, ngulowo kumngane wakhe: Wozani senze inkatho, ukuze sazi ukuthi kungenxa kabani lobu bubi buphezu kwethu. Benza inkatho, inkatho yawela uJona.
Basebebenzela inkatho; inkatho yadla uMathiyasi; wabalwa kanye nabaphostoli abayishumi nanye.
Ifa labo laba ngenkatho, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose ezizweni eziyisishiyagalolunye nasenxenyeni yesizwe.
Siyakuthatha amadoda ayishumi kwayikhulu kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli, nekhulu enkulungwaneni nasenkulungwaneni ezinkulungwaneni eziyishumi, ukuba ahambe atholele abantu ukudla, abangakwenza lapho befika eGibeya. KwaBenjamini, njengakho konke ubuwula ababenza kwa-Israyeli.
Bonke abantu basukuma njengamuntu munye, bathi: “Asiyikuya etendeni lakhe, futhi asiyikungena endlini yakhe.”