ababalwayo kubo besizwe sakwaBenjamini, baba ngamashumi amathathu anamahlanu amawaka, anamakhulu mane.
AbAhluleli 20:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwawa kwaBenjamini amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke babengamadoda anesibindi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwawa abantu bakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babe ngamaqhawe. IsiZulu 2020 Kwafa abayizi-18 000 bakwaBhenjamini, bonke kwakungamaqhawe anesibindi. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaBenjamini, baba ngamashumi amathathu anamahlanu amawaka, anamakhulu mane.
UJehova wahlula uBenjamini phambi kuka-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli babulala kwaBenjamini ngalolo suku izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nekhulu; bonke bahosha izinkemba zabo.
Bahaqa abakwaBenjamini nxazonke, babaxosha, babanyathela ngokukhululeka ngaseGibeya ekuphumeni kwelanga.
Baphenduka babalekela ehlane edwaleni lakwaRimoni; baxosha baze bafika eGidomi, babulala kubo abayizinkulungwane ezimbili.