Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 20:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

Abantwana bakwaBenjamini babona ukuthi banqotshiwe, ngokuba amadoda akwa-Israyeli ahlubuka kwabakwaBenjamini, ngokuba babethembele kwabaqamba amanga ababehlezi ngaseGibeya.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Base bebona abantwana bakwaBenjamini ukuthi banqotshiwe; abantu bakwa-Israyeli bamdela uBenjamini lokhu bebebethemba abaqamekeli ababebabekile ngaseGibeya.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

AbakwaBhenjamini babona ukuthi sebenqotshiwe. Abakwa-Israyeli bona babavulela indlela yokubaleka abakwaBhenjamini, ngoba bethemba amabutho ababewabeke ukuba abalalele unyendle ngaseGibheya.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 20:36
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova wahlula uBenjamini phambi kuka-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli babulala kwaBenjamini ngalolo suku izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nekhulu; bonke bahosha izinkemba zabo.