AbAhluleli 2:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho uJoshuwa emukisa abantu, abantwana bakwa-Israyeli baya, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe ukuba badle ifa lezwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJoshuwa esemukisile abantu, abantwana bakwa-Israyeli bahamba, yilowo nalowo waya efeni lakhe ukuba balidle izwe. IsiZulu 2020 Kwathi ukuba uJoshuwa abakhulule abantu, abakwa-Israyeli babuyela efeni labo ezweni ababelwe lona. |
Abantu bamkhonza uJehova zonke izinsuku zikaJoshuwa nezinsuku zonke zamalunga ayesephila emva kukaJoshuwa ababona zonke izenzo ezinkulu zikaJehova azenzele u-Israyeli.