UFaro wambiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokhu okwenze kimi na? awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho?
AbAhluleli 2:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Aniyikwenza isivumelwano nabakhileyo kuleli zwe; niyakuwadiliza ama-altare abo, kepha anililalelanga izwi lami. Kungani wenze lokho? IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha aniyikwenza sivumelwano nabakhe kuleli zwe; niyakudiliza ama-altare abo.’ Kodwa anililalelanga izwi lami. Nenzeleni lokho na? IsiZulu 2020 Nani-ke ningasenzi isivumelwano nezakhamuzi zakuleli lizwe. Bhidlizani ama-althare azo.’ Kepha aniwulalelanga umyalo wami. Bonani enikwenzileyo. |
UFaro wambiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokhu okwenze kimi na? awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho?
UMozisi wasesithi kuAroni: Lababantu benzeni kuwe ukuthi uzehlisele phezu kwabo isono esikhulu kangaka?
Manje, unani endleleni yaseGibithe ukuba niphuze amanzi aseSihori na? unani endleleni yase-Asiriya ukuba niphuze amanzi omfula na?
Kungani uzimisele kangaka ukuguqula izindlela zakho? uyakuba namahloni ngeGibithe, njengalokho waba namahloni nge-Asiriya.
Usho kanje uJehova, uthi: “Buni ububi oyihlo ababufumana kimi, baze basuka kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?
Kumelwe uqede zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho azokusindisa zona; iso lakho aliyikubahawukela; ungakhonzi onkulunkulu bazo; ngoba kuzakuba lugibe kini.
Elangabi lomlilo liphindisela kwabangamaziyo uNkulunkulu, labangalaleli ivangeli leNkosi yethu uJesu Kristu;
Amadoda akoIsrayeli asesithi kumaHivi: Mhlawumbe lihlala phakathi kwethu; siyakwenza kanjani isivumelwano nawe na?
Ngokuba isikhathi sesifikile sokuba ukwahlulela kuqale endlini kaNkulunkulu; uma kuqala kithi, kuyakuba yini ukuphela kwabangalaleli ivangeli likaNkulunkulu na?
Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli; wathi: “Ngokuba laba bantu beqile isivumelwano sami engabayala ngaso oyise, bengalalelanga izwi lami;
Ngathi kini: NginguJehova uNkulunkulu wenu; ningabesabi onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo, kepha anililalelanga izwi lami.
UJehova wathuma umprofethi kubantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Nganikhuphula eGibithe, nganikhipha endlini yobugqila;
UGideyoni wenza ngayo ingubo, walibeka emzini wakhe e-Ofira; wonke u-Israyeli waphinga khona, yaba lugibe kuGideyoni nendlu yakhe.