Base bethi umnewabo nonina: “Vumela intombazane ihlale nathi izinsuku okungenani eziyishumi; emva kwalokho uzohamba.
AbAhluleli 19:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyisezala, uyise wentombazana, wamgcina; wahlala naye izinsuku ezintathu; badla, baphuza, balala khona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umukhwe wakhe, uyise wentombi, wambambezela, wahlala kuye izinsuku ezintathu; badla, baphuza, bahlala khona. IsiZulu 2020 Umukhwe wakhe, uyise wentombi, wambambezela, ngakho-ke wahlala izinsuku ezintathu; bedla, bephuza, behlala lapho. |
Base bethi umnewabo nonina: “Vumela intombazane ihlale nathi izinsuku okungenani eziyishumi; emva kwalokho uzohamba.
Kepha amadodana ezancinza u-Abrahama ayenazo, u-Abrahama wanika izipho, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga, ezweni lasempumalanga.
Umyeni wakhe wasukuma, wayilandela ukuze akhulume kahle nayo, wayibuyisa, nenceku yakhe kanye nayo nezimbongolo; yamngenisa endlini kayise; uyise womntwana eyibona, wathokoza ukuyihlangabeza.
Kwathi ngosuku lwesine bevuka ekuseni kakhulu, wavuka ukuba ahambe; uyise wentombazane wathi kumkhwenyana wakhe: “Dumisa inhliziyo yakho ngocezu lwesinkwa, ululandele.”