AbAhluleli 18:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona-ke baphenduka bahamba babeka phambi kwabo abantwana abancane nezinkomo nenqola. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Baphenduka, bamuka, babeka izingane, nezinkomo, nempahla phambi kwabo. IsiZulu 2020 Baphenduka bangena indlela, babeka phambili izingane, imfuyo, nempahla yabo. |
Inhliziyo yompristi yathokoza, wathatha ingubo yamahlombe, nezithixo, nesithombe esibaziweyo, wangena phakathi kwabantu.
Kwathi sebekude nendlu kaMika, amadoda ayesezindlini eziseduze nendlu kaMika abuthana, abafica abantwana bakwaDani.
UDavide wayishiya inqola yakhe esandleni sabalindi, wagijimela ebuthweni, wafika wabingelela abafowabo.