Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 18:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

Amadoda ayisihlanu abeye ukuhlola izwe laseLayishe aphendula, athi kubafowabo: “Niyazi yini ukuthi kulezi zindlu kukhona onkulunkulu bamatshe nendlu, nesithombe esibaziweyo, nesithombe esibunjiweyo na? manje-ke qaphelani okufanele nikwenze.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantu abayisihlanu ababeyile ukuhlola izwe laseLayishi base bephendula, bathi kubafowabo: “Niyazi yini ukuthi kukhona kulezi zindlu ingubo yamahlombe, namatherafi,* nesithombe esibaziweyo, nesithombe esibunjiweyo na? Ngalokho cabangani manje ukuthi niyakwenzani.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Amadoda ayisihlanu ayekade ezohlola iLayishi athi kubafowabo: “Niyazi nje ukuthi kulezi zindlu kukhona ingubo yamahlombe, netherafimi nesithombe esibaziweyo nesibunjiweyo, na? Cabangisisani ukuthi nizokwenzenjani.”

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 18:14
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yeka, ndodana yami, ukuzwa ukusola okudukisa emazwini olwazi.


Ngoba abantwana bakwa-Israyeli bayohlala izinsuku eziningi bengenankosi, bengenasikhulu, bengenamhlatshelo, bengenasithombe esibaziweyo, bengenasembatho sehlombe, bengenazithixo zasendlini.


Umuntu uMika wayenendlu yawonkulunkulu, wenza indwangu yamahlombe nezithixo zendlu, wangcwelisa enye yamadodana ayo ukuba abe ngumpristi wayo.


Basuka lapho, baya ezintabeni zakwa-Efrayimi, bafika endlini kaMika.


Aphambukela khona, afika endlini yensizwa, umLevi, endlini kaMika, ayibingelela.


UGideyoni wenza ngayo ingubo, walibeka emzini wakhe e-Ofira; wonke u-Israyeli waphinga khona, yaba lugibe kuGideyoni nendlu yakhe.


Yaphendula enye yamadoda, yathi: “Uyihlo ubaxwayisile kakhulu abantu, wathi: ‘Uqalekisiwe umuntu odla utho namuhla. Abantu baphela amandla.


UMigali wathatha isithombe esibaziweyo, wasibeka embhedeni, wabeka umcamelo woboya bembuzi engutsheni yawo, wasibekela ngendwangu.