USamsoni wasesithi kubo: Sengizalinika imfumbe; uma ningangitshela lokhu ngezinsuku eziyisikhombisa zomkhosi, nikuthole, ngiyakuninika izindwangu ezingamashumi amathathu nezingubo ezingamashumi amathathu.
AbAhluleli 14:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uma ningakwazi ukungichazela, kumelwe ninginike izilenge ezingamashumi amathathu nezinye izingubo ezingamashumi amathathu. Bathi kuye: “Shiya imfumbe yakho, sizwe yona.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha uma ningenakuyiqandela kimi, niyakunginika amayembe angamashumi amathathu nezingubo zokuphendulela ezingamashumi amathathu.” Bathi kuye: “Yisho imfumbe yakho ukuba siyizwe.” IsiZulu 2020 Kepha uma nehluleka ukungichazela yona, niyonginika izingubo zelineni ezingama-30 nezingubo zokuphendulela ezingama-30.” Zathi kuye: “Sitshele imfumbe yakho sifuna ukuyizwa.” |
USamsoni wasesithi kubo: Sengizalinika imfumbe; uma ningangitshela lokhu ngezinsuku eziyisikhombisa zomkhosi, nikuthole, ngiyakuninika izindwangu ezingamashumi amathathu nezingubo ezingamashumi amathathu.
Wathi kubo: “Kodlayo kwaphuma ukudla, kwabanamandla kwaphuma ubumnandi.” Futhi abakwazanga ukuxazulula imfihlakalo ngezinsuku ezintathu.