Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 13:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

UNkulunkulu walilalela izwi likaManowa; ingelosi kaNkulunkulu yabuye yafika kowesifazane ehlezi ensimini, kepha uManowa umyeni wakhe wayengekho naye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UNkulunkulu walalela izwi likaManowa; ingelosi kaNkulunkulu yabuyela kowesifazane ehlezi endle; kepha uManowa indoda yakhe wayengenaye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UNkulunkulu wamlalela uManowa, ingelosi kaNkulunkulu yabuyela kowesifazane ehleli ensimini, kodwa umyeni wakhe wayengekho lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 13:9
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wena ozwa umkhuleko, inyama yonke izakuza kuwe.


Owesifazane washesha wagijima, wabikela umyeni wakhe, wathi kuye: “Bheka, ubonakale kimi lowo muntu obeze kimi ngolunye usuku.”


UManowa wamncenga uJehova, wathi: “Nkosi, ake umuntu kaNkulunkulu omthumileyo abuyele kithi, asifundise okufanele sikwenze kumntwana oza kuzalwa.