Owesifazane wayesefika, watshela indoda yakhe, wathi: “Kufike kimi umuntu kaNkulunkulu, ubuso bakhe bunjengobuso bengelosi kaNkulunkulu, besabeka kakhulu; kepha angimbuzanga ukuthi uvelaphi, akangitshelanga negama lakhe.
AbAhluleli 13:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Owesifazane washesha wagijima, wabikela umyeni wakhe, wathi kuye: “Bheka, ubonakale kimi lowo muntu obeze kimi ngolunye usuku.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Owesifazane washesha, wagijima, wayitshela indoda yakhe, wathi kuyo: “Bheka, ubonakele kimi lowo muntu owafika kimi ngolunye usuku.” IsiZulu 2020 Owesifazane wagijima ngokushesha watshela indoda yakhe, wathi: “Umuntu owabonakala kimi ngaleliya langa ubonakele futhi kimi.” |
Owesifazane wayesefika, watshela indoda yakhe, wathi: “Kufike kimi umuntu kaNkulunkulu, ubuso bakhe bunjengobuso bengelosi kaNkulunkulu, besabeka kakhulu; kepha angimbuzanga ukuthi uvelaphi, akangitshelanga negama lakhe.
UNkulunkulu walilalela izwi likaManowa; ingelosi kaNkulunkulu yabuye yafika kowesifazane ehlezi ensimini, kepha uManowa umyeni wakhe wayengekho naye.