Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.
AbAhluleli 12:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayenamadodana angamashumi amane namadodana omfowabo angamashumi amathathu agibela izimbongolo ezingamashumi ayisithupha; wahola u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayenamadodana angamashumi amane namadodana amadodana akhe angamashumi amathathu agibela amathole ezimbongolo angamashumi ayisikhombisa; wamahlulela u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili. IsiZulu 2020 Wayenamadodana angama-40, nabazukulu abangama-30 ababegibela izimbongolo ezingama-70; wehlulela u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili. |
Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.
U-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wafa, wembelwa ePirathoni ezweni lakwa-Efrayimi ezintabeni zama-Amaleki.
Khulumani nina enigibele izimbongolo ezimhlophe, nina enihlezi ekwahluleleni nihamba endleleni.