Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 11:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wabachitha kusukela e-Aroweri kwaze kwaba seMiniti, imizi engamashumi amabili nasethafeni lezivini, ngokuceka okukhulu kakhulu. Bathotshiswa kanjalo abantwana bakwa-Amoni phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wababulala kusukela e-Aroweri kuze kufike eMiniti, imizi engamashumi amabili, nase-Abela Keramimi ngokuceka okukhulu kakhulu. Kanjalo abantwana bakwa-Amoni banqotshwa phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wababulala kusukela e-Aroweri kuye kuyofika eMinithi, imizi engama-20, nase-Abhela Kheramimi. Abakwa-Amoni banqotshwa ngabakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 11:33
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yanqoba amahhashi nezinqola, yawachitha ama-Aramu ngokuceka okukhulu.


UJuda nezwe lakwa-Israyeli babengabathengiselani bakho; bahweba ngengqoloyi yaseMiniti nasePannag nezinyosi namafutha nebhalsamu.


Abantwana bakwaGadi bakha iDiboni, ne-Atharoti, ne-Aroweri;


Kusukela e-Aroweri eliseceleni komfula i-Arinoni, nokusukela emzini oseceleni komfula kuze kufike kwaGileyadi, akubangakho umuzi owawunamandla kunathi; uJehova uNkulunkulu wethu usinike konke.


UJefta wayesedlulela kubantwana bakwa-Amoni ukuba alwe nabo; uJehova wabanikela esandleni sakhe.