Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.
AbAhluleli 10:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wafa uJayire, wembelwa eKamoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJayire wafa, wembelwa eKhamoni. IsiZulu 2020 UJayiri wafa, wangcwatshwa eKhamoni. |
Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.
Abantwana bakwa-Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaJehova, bakhonza oBali, no-Ashitaroti, nonkulunkulu base-Aramu, nonkulunkulu baseSidoni, nonkulunkulu bakwaMowabi, nonkulunkulu babantwana bakwa-Amoni, nonkulunkulu bama-Amoni. Onkulunkulu bamaFilisti, bamshiya uJehova, abamkhonzanga.
Base behlupha abantwana bakwa-Israyeli ngalowo mnyaka, babacindezela iminyaka eyishumi nesishiyagalombili bonke abantwana bakwa-Israyeli ababephesheya kweJordani ezweni lama-Amori aseGileyadi.