Lowo muntu waya ezweni lamaHeti, wakha umuzi, wawubiza ngokuthi iLusi, okuyigama lawo kuze kube namuhla.
AbAhluleli 1:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho ebabonisa indlela yokungena emzini, bawuchitha umuzi ngosiko lwenkemba; kodwa bamdedela lowo kanye nomndeni wakhe wonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wazikhombisa intuba yokungena emzini, zawuchitha umuzi ngosiko lwenkemba; kepha zamvumela lowo muntu nomndeni wakhe ukuba bahambe. IsiZulu 2020 Ngakho-ke yabakhombisa indlela yokungena emzini, bawubhubhisa umuzi ngenkemba, kodwa indoda nomndeni wayo wonke babadedela bahamba. |
Lowo muntu waya ezweni lamaHeti, wakha umuzi, wawubiza ngokuthi iLusi, okuyigama lawo kuze kube namuhla.