Kepha umnsalo wakhe unamandla, nezingalo zezandla zakhe zaqiniswa ngesandla sikaNkulunkulu onamandla kaJakobe; (ngakho-ke umalusi, idwala lika-Israyeli:)
AbAhluleli 1:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Indlu kaJosefa nayo yakhuphukela eBethele, futhi uJehova wayenabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwenyukela eBethele nabendlu kaJosefa; uJehova wayenabo. IsiZulu 2020 Abendlu kaJosefa benyuka bahlasela iBhethele, uSimakade wayenabo. |
Kepha umnsalo wakhe unamandla, nezingalo zezandla zakhe zaqiniswa ngesandla sikaNkulunkulu onamandla kaJakobe; (ngakho-ke umalusi, idwala lika-Israyeli:)
UJehova wayenaye; waphumelela nomaphi lapho eya khona, wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, akayikhonzanga.
Eceleni komkhawulo wabantwana bakwaManase: iBeti Sheyani namazanyana ayo, neThahanaki namazanyana ayo, neMegido namazanyana ayo, neDori namazanyana ayo. Kulokhu kwahlala abantwana bakwaJosefa, indodana ka-Israyeli.
Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi; u-Elishama indodana ka-Amihudi wakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri.
Kubantwana bakoJosefa, abantwana bakoEfrayimi, ngensendo zabo, ngezizukulwane zabo, ngezindlu zaboyise, ngokwenani lamabizo, kusukela koleminyaka engamatshumi amabili langaphezulu, bonke aba negunya. Ukuphuma ukuya empini;
Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, uManase no-Efrayimi; ngalokho amaLevi akawanikanga isabelo ezweni, kuphela imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zawo, nempahla yawo.
Wathatha amadoda kungathi izinkulungwane eziyisihlanu, wawaqamekela phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga komuzi.
esizweni sakwaZabuloni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaJosefa kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaBenjamini kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka.
UJehova wayenaye uJuda; wabaxosha abakhe entabeni; kodwa babengenakuxosha abakhe esigodini, ngokuba babenezinqola zensimbi.
Abantwana bakwaBenjamini abawaxoshanga amaJebusi ayehlala eJerusalema; kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaBenjamini eJerusalema kuze kube namuhla.