Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 1:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, babulala amaKhanani ayakhe eSefati, baliqalekisa. Igama lomuzi lathiwa iHorma.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, bachitha amaKhanani ayakhe eSefati, baliqothula. Igama lomuzi laliyiHorma.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, banqoba amaKhanani ayehlala eZefathi, balicekela phansi. Ngakho-ke umuzi wabizwa ngokuthi yiHorma.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 1:17
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Asa wayesephuma ukumhlangabeza, balwa esigodini saseSefatha eMaresha.


Khona-ke ama-Amaleki kanye namaKhanani ayehlala kuleyo ntaba ehla, futhi bawanqoba, abadungadulisa kwaze kwaba seHorma.


UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wawanikela amaKhanani; bawaqalekisa nemizi yawo, waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iHorma.


ne-Elitoladi, neBethule, neHorma,


UJuda wasesithi kumfowabo uSimeyoni: Yenyuka lami esabelweni sami, silwe lamaKhanani; futhi nami ngizohamba nawe esimisweni sakho. USimeyoni wayesehamba naye.


nakulabo ababeseHorma, nakulabo ababeseKorasan, nakulabo ababese-Atagi,