UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.
2 Samuweli 9:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Inkosi uDavide yayisithumela yamlanda endlini kaMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inkosi uDavide yayisithuma yamlanda endlini kaMakiri indodana ka-Amiyeli waseLo Debari. IsiZulu 2020 Inkosi uDavide yathumela ukuba alandwe endlini kaMakhiri, indodana ka-Amiyeli, waseLo Debhari. |
UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.
Inkosi yasisithi kuye: Ungaphi? USiba wayesethi enkosini: “Bheka, usendlini kaMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari.
Lapho uMefibosheti indodana kaJonathani kaSawule efika kuDavide, wawa ngobuso, wakhuleka kuye. UDavide wathi: “Mefibosheti! Wathi: Nansi inceku yakho;