Babona oonyana baka-Amoni ukuthi bazinukisile phambi kukaDavide, oonyana baka-Amoni bathumela baqasha ama-Aram aseBetirehobhi nama-Aram aseTsobha, amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili angumqikela;
2 Samuweli 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho ama-Aramu efika evela eDamaseku ukusiza uHadadezeri inkosi yaseSoba, uDavide wabulala kuma-Aramu abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ama-Aramu aseDamaseku esefika ukumsiza uHadadezeri inkosi yaseSoba, uDavide wabulala abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili kuma-Aramu. IsiZulu 2020 Ama-Aramu aseDamaseku afika ukuzosiza uHadadezeri, inkosi yaseZobha. UDavide wabulala ama-Aramu ayizi-22 000. |
Babona oonyana baka-Amoni ukuthi bazinukisile phambi kukaDavide, oonyana baka-Amoni bathumela baqasha ama-Aram aseBetirehobhi nama-Aram aseTsobha, amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili angumqikela;
UDavide wamshaya noHadadezeri indodana kaRehobe, inkosi yaseSoba, ekuyeni kwakhe ukubuyisela umkhawulo wakhe ngasemfuleni u-Ewufrathe.
Uma uNkulunkulu engakunqandi ukuthukuthela kwakhe, abasizi abaziqhenyayo bakhothama phansi kwakhe.
AbaseGibithe bangabantu, abasiye uNkulunkulu; namahhashi abo ayinyama, awawona umoya. Uma uJehova eselula isandla sakhe, abasizayo bayakuwa, nabasizwayo bayakuwa, bahluleke kanyekanye.
Ngokuba inhloko yama-Aramu yiDamaseku, nenhloko yeDamaseku nguResini; phakathi kweminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu u-Efrayimi uyakwaphulwa angabi yisizwe.