Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza; uNkulunkulu wamshaya khona ngenxa yesiphambeko sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu.
2 Samuweli 6:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wadabuka ngokuba uJehova efohla e-Uza; wabiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-susa kuze kube namuhla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wadabuka ngokuba uJehova emhlasele u-Uza, wayibiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-Uza* kuze kube namuhla. IsiZulu 2020 UDavide wathukuthela ngenxa yokuthi uSimakade wayehlasele u-Uza, wayiqamba leyo ndawo ngokuthi iPheresi Uza, kuze kube namuhla. |
Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza; uNkulunkulu wamshaya khona ngenxa yesiphambeko sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu.
UDavide wamesaba uJehova ngalolo suku, wathi: “Umphongolo kaJehova uyakuza kanjani kimi na?
Ngoba ngenxa yokuthi anikwenzanga lokhu ekuqaleni, uJehova uNkulunkulu wethu wafohla phezu kwethu, ngokuba asimfunanga ngokomthetho.
UNkulunkulu wasesithi kuJona: Kuhle yini ukuthi uthukuthelele umhlakuva? Wathi: “Kuhle ukungithukuthelela kuze kube sekufeni.”