Inkosi yasisithi kuIthayi umGithi: Kungani lawe uhambe lathi? buyela endaweni yakho, uhlale nenkosi, ngokuba ungowezizwe futhi ungumdingi.
2 Samuweli 6:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide akathandanga ukulethela umphongolo kaJehova emzini kaDavide; kepha uDavide wayiphambukisela endlini ka-Obede Edomi umGiti. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho uDavide akavumanga ukuwuletha umphongolo kaJehova kuye emzini kaDavide, kepha uDavide wawubuyisela eceleni endlini ka-Obede Edomi umGiti. IsiZulu 2020 Ngakho-ke uDavide akavumanga ukuba umphongolo kaSimakade ulethwe kuye, emzini kaDavide, kodwa wawuchezukisa umphongolo kaSimakade, wawuyisa endlini ka-Obhede Edomi, umGithi. |
Inkosi yasisithi kuIthayi umGithi: Kungani lawe uhambe lathi? buyela endaweni yakho, uhlale nenkosi, ngokuba ungowezizwe futhi ungumdingi.
UDavide wathuma ingxenye yesithathu yabantu phansi kwesandla sikaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Abishayi indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Ithayi umGiti. Inkosi yasisithi ebantwini: Mina ngizaphuma lami lami.
(AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, baba ngabafokazi khona kuze kube namuhla.)
UDavide wahamba wayohlala enqabeni, wayibiza ngokuthi umuzi kaDavide. UDavide wakha inhlangothi zonke, ethabathela eMilo nangaphakathi.
kanye nabo abafowabo besigaba sesibili, uZakariya, noBeni, noJahesiyeli, noSemiramoti, noJehiyeli, no-Uni, no-Eliyabe, noBenaya, noMahaseya, noMatitja, no-Elifele, noMikineya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, abalindisango.
OSebaniya, noJehoshafati, noNethaneli, no-Amasayi, noZakariya, noBenaya, no-Eliyezeri, abapristi, babetha amacilongo phambi komphongolo kaNkulunkulu; o-Obede Edomi noJehiya babengabamasango omphongolo.
U-Asafa inhloko, beseceleni kwakhe uZakariya, noJehiyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, noMatitja, no-Eliyabe, noBenaya, no-Obede Edomi; noJehiyeli ngamahabhu nezihabhu; u-Asafa wakhalisa amasimbali;