Ngaphandle kwalokho okudliwe yizinsizwa, nesabelo samadoda ayehamba nami, o-Aneri, no-Eshikoli, noMamre; mabathathe ingxenye yabo.
2 Samuweli 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wabuye wabutha bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamashumi amathathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wabuye wabutha bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamashumi amathathu. IsiZulu 2020 UDavide waphinde wabaqoqa bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, ababa yizi-30 000. |
Ngaphandle kwalokho okudliwe yizinsizwa, nesabelo samadoda ayehamba nami, o-Aneri, no-Eshikoli, noMamre; mabathathe ingxenye yabo.
Zonke izizwe zakwa-Israyeli zafika kuDavide eHebroni, zakhuluma zathi: “Bheka, siyithambo lakho nenyama yakho.
USolomoni wabutha amalunga akwa-Israyeli, nazo zonke izinhloko zezizwe, izinhloko zezindlu zoyise zabantwana bakwa-Israyeli, babuthane enkosini uSolomoni eJerusalema ukuba bakhiphe umphongolo wesivumelwano sikaJehova emzini. KaDavide, eSiyoni.
UDavida wasebuthanisa wonke uIsrayeli kusukela eSihori eGibhithe kuze kufike ekungeneni kweHemati ukuze akhuphe umphongolo kaNkulunkulu eKiriyathi Jeyarimi.