2 Samuweli 4:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho othile engitshela lokhu ethi: “Bheka, uSawule ufile, ngokuba ebethi ulethe umbiko omuhle; IBHAYIBHELI ELINGCWELE umuntu owangitshela ukuthi: ‘Bheka, uSawule ufile,’ ecabanga ukuthi ulethile izindaba ezinhle, ngambamba, ngambulala eSikilagi, ethi ngangiyakumnika umvuzo wezindaba zakhe; IsiZulu 2020 Umuntu owangitshela ukuthi: ‘Bheka, uSawule ufile,’ ecabanga ukuthi ungilethele izindaba ezinhle, ngambamba, ngambulala eZikilagi, ecabanga ukuthi ngizomnika umvuzo ngezindaba ayezilethile. |