Eyesine yayingu-Adoniya indodana kaHagiti; eyesihlanu yayinguShefathiya indodana ka-Abitali;
2 Samuweli 3:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 eyesithupha yayinguJitreyamu ku-Egila umkaDavide. Bazalelwa uDavide eHebroni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE eyesithupha yayingu-Itereyamu ku-Egila umkaDavide. Lawo azalelwa uDavide eHebroni. IsiZulu 2020 Eyesithupha kwaba ngu-Ireyamu, ezalwa ngu-Egila, umkaDavide. Wonke lawo madodana kaDavide azalelwa eHebhroni. |
Eyesine yayingu-Adoniya indodana kaHagiti; eyesihlanu yayinguShefathiya indodana ka-Abitali;
Kwathi kukhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri waziqinisa endlini kaSawule.
owesihlanu nguShefathiya ka-Abitali; eyesithupha nguJitreyamu ku-Egila umkakhe.
Bheka, abantwana bayifa likaJehova, nesithelo sesisu sikanina singumvuzo wakhe.