Bheka, izinceku zikaDavide noJowabe zafika zivela ekuxosheni iviyo, zeza nempango enkulu, kepha u-Abineri wayengekho kuDavide eHebroni; ngoba wammukisa, wahamba ngokuthula.
2 Samuweli 3:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho uJowabe lebutho lonke elalilaye sebefikile, bamtshela uJowabi bathi: UAbhineri indodana kaNeri wafika enkosini, yammukisa, yahamba ngokuthula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esefikile uJowabe nempi yonke eyayinaye, bamtshela uJowabe ukuthi: “U-Abineri indodana kaNeri wafika enkosini; immukisile, wahamba ngokuthula.” IsiZulu 2020 Esefikile uJowabe nawo wonke amabutho ayehambe nawo, bamtshela uJowabe, bathi: “U-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze enkosini, inkosi imdedele, wahamba ngokuthula.” |
Bheka, izinceku zikaDavide noJowabe zafika zivela ekuxosheni iviyo, zeza nempango enkulu, kepha u-Abineri wayengekho kuDavide eHebroni; ngoba wammukisa, wahamba ngokuthula.
UJowabe wayesengena enkosini, wathi: “Wenzeni na? bheka, u-Abineri usefikile kuwe; umxosheleni, akasekho na?
Igama lomkaSawule lalingu-Ahinohama indodakazi ka-Ahimahazi; igama lenduna yempi lalingu-Abineri indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.