Lapho uJowabe lebutho lonke elalilaye sebefikile, bamtshela uJowabi bathi: UAbhineri indodana kaNeri wafika enkosini, yammukisa, yahamba ngokuthula.
2 Samuweli 3:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, izinceku zikaDavide noJowabe zafika zivela ekuxosheni iviyo, zeza nempango enkulu, kepha u-Abineri wayengekho kuDavide eHebroni; ngoba wammukisa, wahamba ngokuthula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, izinceku zikaDavide nezikaJowabe zabuya eviyweni, zaletha impango enkulu; kepha u-Abineri wayengekho kuDavide eHebroni, ngokuba wayemmukisile, wahamba ngokuthula. IsiZulu 2020 Khona lapho, kwafika izinceku zikaDavide noJowabe zibuya kohlasela, ziphethe impango eningi. U-Abhineri wayesesukile kuDavide eHebhroni, kwazise wayesemhambise ngokuthula. |
Lapho uJowabe lebutho lonke elalilaye sebefikile, bamtshela uJowabi bathi: UAbhineri indodana kaNeri wafika enkosini, yammukisa, yahamba ngokuthula.
Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinhloko zamaviyo; igama lenye lalinguBahana, igama lenye lalinguRegabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini; ngokuba iBeroti labalwa kanye noBenjamini;
UDavide nabantu bakhe benyuka, bawahlasela amaGeshuri, namaGesri, nama-Amaleki; ngoba lezo zizwe zazingabakhileyo bezwe kusukela kudala lapho ufika eShuri kuze kube sezweni laseGibhithe.