Wena, nkosi yami, nkosi, amehlo ka-Israyeli wonke aphezu kwakho, ukuba ubatshele ukuthi ngubani oyakuhlala esihlalweni sobukhosi senkosi yami, inkosi, emva kwayo.
2 Samuweli 23:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMoya kaJehova wakhuluma ngami, nezwi lakhe lalisolimini lwami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “UMoya kaJehova wakhuluma ngami; izwi lakhe lalisolimini lwami. IsiZulu 2020 “UMoya kaNkulunkulu wakhuluma ngami; izwi lakhe lalisolimini lwami. |
Wena, nkosi yami, nkosi, amehlo ka-Israyeli wonke aphezu kwakho, ukuba ubatshele ukuthi ngubani oyakuhlala esihlalweni sobukhosi senkosi yami, inkosi, emva kwayo.
Ngoba uDavida uqobo lwakhe ngoMoya oNgcwele wathi: INkosi yathi eNkosini yami: Hlala ngakwesokunene sami, ngize ngenze izitha zakho zibe yisenabelo senyawo zakho.
Ngokuba isiprofetho asifikanga endulo ngentando yomuntu, kepha abantu abangcwele bakaNkulunkulu bakhuluma beqhutshwa nguMoya oNgcwele.