Kwenyuka umusi emakhaleni akhe, nomlilo emlonyeni wakhe wadla; amalahle abaswe ngakho.
2 Samuweli 22:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwabonakala imisele yolwandle, izisekelo zomhlaba zambulwa ngesijeziso sikaJehova ngokuphephetha komoya wamakhala akhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwase kubonakala imisinga yamanzi; izisekelo zomhlaba zambulwa ngesijeziso sikaJehova, ngokufutha komoya wamakhala akhe. IsiZulu 2020 Kwembulwa izisekelo zolwandle, nezisekelo zomhlaba zabonakaliswa ngenxa yokuthetha kukaSimakade, nokufutha kwamakhala akhe. |
Kwenyuka umusi emakhaleni akhe, nomlilo emlonyeni wakhe wadla; amalahle abaswe ngakho.
wathi: “Uzakuza kuze kube manje, kepha awuyikudlula; lapha kuyakuvinjwa amaza akho aziqhenyayo na?
Futhi wayikhuza iSchelfsee, futhi yoma; wabahola ekujuleni kungathi badabula ugwadule.
IMaskili lika-Asafa. Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? intukuthelo yakho ithunqeleni izimvu zedlelo lakho na?
Zwanini nina zintaba, ukuphikisana kukaJehova, nani zisekelo zomhlaba eziqinile, ngokuba uJehova ubambene nabantu bakhe; uyakulwa no-Israyeli.
Uyakhuza ulwandle, alomise, ayomise nemifula yonke; iBashani liyabuna neKarmeli, nembali yaseLebanoni iyabuna.