Wathi: “Ngikupheni na?” Wayesethi uJakobe: “Awunakunginika lutho; uma uthanda ukungenzela, ngiyakubuye ngiluse, ngiluse umhlambi wakho;
2 Samuweli 21:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 AbaseGibeyoni base bethi kuye: “Asiyikuthatha isiliva negolide kuSawule nasendlini yakhe; ungasibulaleli muntu kwa-Israyeli. Wathi: “Lokho okushoyo, ngizokwenzela khona.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE AbaseGibeyoni bathi kuye: “Akundaba yesiliva negolide noSawule nendlu yakhe, futhi akundaba yokubulala umuntu kwa-Israyeli.” Wathi: “Enikushoyo ngiyakunenzela khona.” IsiZulu 2020 AbaseGibheyoni bathi kuye: “Lokhu akuphathelene nasiliva nagolide noma noSawule nendlu yakhe, futhi akuhlangene nakubulala muntu kwa-Israyeli.” Wathi kubo: “Noma yini eniyishoyo, ngiyonenzela yona.” |
Wathi: “Ngikupheni na?” Wayesethi uJakobe: “Awunakunginika lutho; uma uthanda ukungenzela, ngiyakubuye ngiluse, ngiluse umhlambi wakho;
Ngaphezu kwalokho, aniyikuthatha noma iyiphi inhlawulo yomphefumulo wombulali onecala lokubulala, kodwa kumelwe abulawe nakanjani.
Aniyikuthatha isihlawulo ngomuntu obalekele emzini wakhe okhululekileyo ukuba abuye ahlale ezweni aze afe umpristi.