U-Abineri nabantu bakhe badabula ethafeni lobo busuku bonke, bawela iJordani, badabula iBitroni yonke, bafika eMahanayimi.
2 Samuweli 2:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJowabe wabuya emva kuka-Abineri, wababizela ndawonye bonke abantu, kwadabula amadoda ayishumi nesishiyagalolunye no-Asaheli ezincekwini zikaDavide. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJowabe wabuya ekumxosheni u-Abineri; lapho esebuthile bonke abantu, kwasilala kuzo izinceku zikaDavide abantu abayishumi nesishiyagalolunye no-Asaheli. IsiZulu 2020 UJowabe wabuya ekuhubheni u-Abhineri. Wayesebahlanganisa bonke abantu, kodwa kwabonakala ukuthi zili-19 izinceku zikaDavide ezafayo, ezingatholakalanga no-Asaheli. |
U-Abineri nabantu bakhe badabula ethafeni lobo busuku bonke, bawela iJordani, badabula iBitroni yonke, bafika eMahanayimi.
Kepha izinceku zikaDavide zabulala abanye bakwaBenjamini nabakwa-Abineri, kwafa abantu abangamakhulu amathathu namashumi ayisithupha.