OJowabe no-Abishayi nabo bamxosha u-Abineri, lashona ilanga befika entabeni yase-Ama engaphambi kweGiya endleleni eya ehlane laseGibeyoni.
2 Samuweli 2:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakwaBenjamini babuthana emva kuka-Abineri, baba yiviyo linye, bema esiqongweni sentaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwaBenjamini babuthana emva kuka-Abineri, baba yiviyo linye, bema esiqongweni segquma elithile. IsiZulu 2020 Abantu bakwaBhenjamini babuthana emva kuka-Abhineri, baba liviyo elilodwa; bama esiqongweni segquma elithile. |
OJowabe no-Abishayi nabo bamxosha u-Abineri, lashona ilanga befika entabeni yase-Ama engaphambi kweGiya endleleni eya ehlane laseGibeyoni.
U-Abineri wayesembiza uJowabe, wathi: “Inkemba izophela kuze kube phakade na? Anazi yini ukuthi ekugcineni kuyoba umunyu? koze kube nini ungayaleli abantu ukuba babuye ekulandeleni abafowabo na?