eyesibili yayinguKileyabi ka-Abigayili umkaNabali waseKarmeli; eyesithathu yayingu-Abisalomu indodana kaMagaga indodakazi kaTalimayi inkosi yaseGeshuri;
2 Samuweli 2:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wenyukela khona, kanye nabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesenyukela khona uDavide nabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli. IsiZulu 2020 UDavide wenyuka lapho namakhosikazi akhe omabili, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abhigayili waseKharimeli, umkaNabali. |
eyesibili yayinguKileyabi ka-Abigayili umkaNabali waseKarmeli; eyesithathu yayingu-Abisalomu indodana kaMagaga indodakazi kaTalimayi inkosi yaseGeshuri;
UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena namadoda akhe, kwaba yilowo nalowo nendlu yakhe, noDavide enabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili waseKarmeli, umkaNabali.
Nabafazi bakaDavide ababili bathunjwa, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.