U-Ishi Bosheti indodana kaSawule wayeneminyaka engamashumi amane lapho eqala ukubusa phezu kuka-Israyeli, wabusa iminyaka emibili. Kodwa indlu yakwaJuda yamlandela uDavide.
2 Samuweli 2:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isikhathi uDavide abusa ngaso eHebroni phezu kwendlu yakwaJuda sasiyiminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isikhathi uDavide eyinkosi ngaso eHebroni phezu kwendlu yakwaJuda sasiyiminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha. IsiZulu 2020 Isikhathi uDavide abusa ngaso eHebhroni endlini yakwaJuda sasiyiminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha. |
U-Ishi Bosheti indodana kaSawule wayeneminyaka engamashumi amane lapho eqala ukubusa phezu kuka-Israyeli, wabusa iminyaka emibili. Kodwa indlu yakwaJuda yamlandela uDavide.
Izinsuku uDavide abusa ngazo phezu kuka-Israyeli zaziyiminyaka engamashumi amane: iminyaka eyisikhombisa wabusa eHebroni, futhi iminyaka engamashumi amathathu nantathu wabusa eJerusalema.
Isikhathi abusa ngaso phezu kuka-Israyeli sasiyiminyaka engamashumi amane; iminyaka eyisikhombisa wabusa eHebroni, futhi wabusa iminyaka engamashumi amathathu nantathu eJerusalema.
Laba abayisithupha wabazalelwa eHebroni; wabusa khona iminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha, eJerusalema wabusa iminyaka engamashumi amathathu nantathu.