Ngiyakubabuyisela kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; ngakho bonke abantu bazakuba nokuthula.
2 Samuweli 17:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu namalunga onke akwa-Israyeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu nawo onke amalunga akwa-Israyeli. IsiZulu 2020 Leli lizwi lamjabulisa u-Absalomu nawo wonke amalunga akwa-Israyeli. |
Ngiyakubabuyisela kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; ngakho bonke abantu bazakuba nokuthula.
Leli zwi lalilungile emehlweni enkosi nasezikhulwini; inkosi yenza njengezwi likaMemukani.
Umkakhe uSereshi labo bonke abangane bakhe bathi kuye: “Mawuphakanyiswe ugodo oluyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, nikhulume enkosini kusasa ukuba uMoridekayi alengiswe kuso; bese ungena ngokuthokoza kanye nenkosi esidlweni. Lendaba yaba mnandi kuHamani; futhi wenza ugodo.
Abathi besazi ukwahlulela kukaNkulunkulu, ukuthi abenza okunjalo bafanele ukufa, abakwenzi lokho kuphela, kodwa bathokozela abakwenzayo.