2 Samuweli 17:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakubabuyisela kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; ngakho bonke abantu bazakuba nokuthula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngibuyisele kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; bonke abantu bayakuba nokuthula.” IsiZulu 2020 Ngiyakubabuyisa kuwe bonke abantu. Uma ubulala oyedwa nje lo omfunayo, bonke abantu bayakuba nokuthula.” |
U-Abineri wayesethi kuDavide: “Ngiyakusuka, ngihambe ngibuthele wonke u-Israyeli enkosini yami, inkosi, benze isivumelwano nawe, ubuse phezu kwakho konke okufiswa yinhliziyo yakho. UDavide wammukisa u-Abineri; wahamba ngokuthula.
Futhi bapholisa kancane isilonda sendodakazi yabantu bami ngokuthi: Ukuthula, ukuthula! lapho kungekho ukuthula.
Ngokuba nxa bethi: Ukuthula nokulondeka; khona-ke ukubhujiswa okuzumayo kubehlele, njengomhelo phezu kowesifazane okhulelweyo; njalo kabayikuphunyuka.