UDavide wayesethi kuzo zonke izinceku zakhe ezazinaye eJerusalema: “Sukumani, sibaleke; ngoba asiyikuphunyuka kuAbisalomu ngenye; sheshani umuke, funa asifice ngokuzumayo, asehlisele okubi, ashaye umuzi ngosiko lwenkemba.
2 Samuweli 17:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke thumelani masinyane nitshele uDavide, nithi: ‘Ungalali emathafeni asehlane ngalobubusuku, kepha dabula masinyane; funa inkosi idliwe nabantu bonke abanayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho thumelani masinyane nimtshele uDavide ukuthi: ‘Ungahlali ngasemazibukweni asehlane ngalobu busuku, kepha uwele nokuwela, funa inkosi igwinywe kanye nabantu bonke abanayo.’ ” IsiZulu 2020 Ngakho-ke phuthumani nithumele kuDavide, nimbikele nithi: ‘Ungahlali ngasemazibukweni ehlane ngalobu busuku; wela nokuwela, funa inkosi ibhujiswe nabo bonke abantu abanayo lapho.’ ” |
UDavide wayesethi kuzo zonke izinceku zakhe ezazinaye eJerusalema: “Sukumani, sibaleke; ngoba asiyikuphunyuka kuAbisalomu ngenye; sheshani umuke, funa asifice ngokuzumayo, asehlisele okubi, ashaye umuzi ngosiko lwenkemba.
Bheka, ngiyakuhlala emathafeni asogwadule, kuze kufike izwi elivela kini lokungibika.
Abanabo abapristi oSadoki no-Abiyathara na? ngakho khuluma konke okuzwa endlini yenkosi kuSadoki loAbiyathara abapristi.
Mabangasho ezinhliziyweni zabo ukuthi: O, nathi siyakufuna lokho; bangasho ukuthi: ‘Simdlile.’
Izitha zami ziyakungidla imihla ngemihla, ngokuba baningi abalwa nami, O oPhezukonke.
Uyakuthumela esezulwini angisindise ehlazweni lalowo obefuna ukungidla. Sela. UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe.
Njalo-ke nxa lokhu okubolayo sekwembethe ukungonakali, lalokhu okufayo sekwembethe ukungafi, kuzagcwaliseka ilizwi elilotshiweyo elithi: Ukufa kuginyiwe ekunqobeni.
UJonathani wamemeza emva komfana wathi: Shesha, shesha, ungalindi. Indodana kaJonathani yabutha imicibisholo, yafika enkosini yayo.