UDavida wasethumela kuJowabi esithi: Thumela kimi uUriya umHethi. UJowabe wayesethuma u-Uriya kuDavide.
2 Samuweli 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Owesifazana wakhulelwa, wathumela watshela uDavida wathi: Ngikhulelwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Owesifazane wamitha, wathuma wamtshela uDavide, wathi: “Ngikhulelwe.” IsiZulu 2020 Owesifazane wakhulelwa, wathumela ukuba kuyobikelwa uDavide, wathi: “Ngikhulelwe.” |
UDavida wasethumela kuJowabi esithi: Thumela kimi uUriya umHethi. UJowabe wayesethuma u-Uriya kuDavide.
Ngokuba isikhwele siyintukuthelo yendoda; ngakho-ke kayikuyekela ngosuku lokuphindisela.
Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.
Uma indoda ifunyanwa ilala nowesifazane ogane indoda, bayakufa bobabili, indoda elale nowesifazane, kanye nowesifazane; khona-ke kumelwe ususe ububi kwa-Israyeli.